INQABAYOKULINDA No. 6 2017 | Yisiphi Isipho Esizedlula Zonke?
UCABANGANI?
Ubani obadlula bonke emhlabeni nasezulwini ngokupha?
“Zonke izipho ezinhle nazo zonke izipho eziphelele zivela phezulu, ngoba zehla zivela kuYise wezinkanyiso zasezulwini.”—Jakobe 1:17.
Le Nqabayokulinda isitshela ngesipho esivela kuNkulunkulu esizedlula zonke ezinye.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
“Kwakuyisipho Esizedlula Zonke”
Ungathanda yini ukupha noma ukuphiwa izipho eziletha injabulo?
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Ukufuna Isipho Esizedlula Zonke
Ukuthola isipho abanye abasibheka njengesipho esikahle, akulula neze. Ekugcineni, ngumuntu ophiwa isipho ongasho ukuthi sibaluleke kangakanani.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Yisiphi Isipho Esizedlula Zonke?
Kuzo zonke izipho uNkulunkulu asiphe zona, kunesisodwa esizedlula zonke.
Wayebukeka Kanjani Ngempela UJesu?
Sekungamakhulu eminyaka abadwebi abaningi bedweba isithombe sikaJesu. Yini eshiwo iBhayibheli ngendlela ayebukeka ngayo?
Indlela Efanele Yokubheka Amaphutha
Sonke siyawenza amaphutha, kungakhathaliseki ukuthi sibadala kangakanani noma sinolwazi olungakanani. Singabhekana kanjani nawo?
IBhayibheli—Kungani Kunezinguqulo Eziningi Kangaka?
Kunesizathu esiyinhloko esingakusiza uqonde ukuthi kungani kunezinguqulo eziningi kangaka zeBhayibheli.
Ingabe AmaKristu Kufanele Awugubhe UKhisimusi?
Labo ababesondelene noJesu bawugubha yini uKhisimusi?
Lithini IBhayibheli?
Igama elithi Armagedoni liyethusa, kodwa lisho ukuthini ngempela?
Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet
Kungani OFakazi BakaJehova Bengawugubhi UKhisimusi?
Abantu abaningi bagubha uKhisimusi yize bewazi umsuka wawo. Thola ukuthi kungani oFakazi BakaJehova bengawugubhi.