Izimfundiso ZeBhayibheli
IBhayibheli linikeza iseluleko esingcono kunazo zonke emibuzweni enzima kakhulu ngokuphila. Ukuba usizo kwalo kuye kwabonakala phakathi neminyaka eminingi. Kule ngxenye, uzothola ukuthi iBhayibheli liwusizo kanjani.—2 Thimothewu 3:16, 17.
Ongakujabulela
AMAVESI EBHAYIBHELI AYACHAZWA
EyabaseFilipi 4:13 Iyachazwa—“Nginamandla Okwenza Zonke Izinto NgoKristu Ongiqinisayo”
Wayesho ukuthini umphostoli uPawulu lapho ebhala ukuthi uzothola amandla “ngenxa yazo zonke izinto”?
AMAVESI EBHAYIBHELI AYACHAZWA
EyabaseFilipi 4:13 Iyachazwa—“Nginamandla Okwenza Zonke Izinto NgoKristu Ongiqinisayo”
Wayesho ukuthini umphostoli uPawulu lapho ebhala ukuthi uzothola amandla “ngenxa yazo zonke izinto”?
Tadisha IBhayibheli
Zama Isifundo Sethu SeBhayibheli
Funda mahhala nothile.
Cela Isifundo SeBhayibheli
Thola izifundo zeBhayibheli ngesikhathi nasendaweni evumelana nawe.
Amathuluzi Okutadisha IBhayibheli
Khetha amathuluzi okutadisha iBhayibheli akwenza waneliseke futhi ukhuthazeke njengoba ufunda.
IBhayibheli Lingakusiza Kanjani?
Ukuthula Nenjabulo
IBhayibheli selisize abantu abaningi bakwazi ukubhekana nezingcindezi zansuku zonke, ukucindezeleka okungokomzimba nokungokomzwelo, futhi bathola nenjongo yokuphila.
Ukukholelwa KuNkulunkulu
Ukholo lungasenza sibe nokuthula manje futhi sibe nethemba ngekusasa.
Umshado Nomndeni
Abashadile nemindeni babhekana nezinkinga eziningi. Amacebiso eBhayibheli asebenzisekayo angathuthukisa futhi aqinise ubudlelwane bomndeni.
Usizo Lwentsha Nezinsizwa Nezintombi
Thola ukuthi iBhayibheli lingayisiza kanjani intsha nezinsizwa nezintombi ezinkingeni abavamise ukubhekana nazo.
Amavidiyo Nemisebenzi Yezingane
Sebenzisa la mavidiyo eBhayibheli nemisebenzi ejabulisayo ukuze ufundise izingane zakho ukuba abangani noJehova.
Lithini IBhayibheli?
Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa
Thola izimpendulo zeBhayibheli mayelana nemibuzo ephathelene noNkulunkulu, uJesu, umndeni, ukuhlupheka nokunye.
Amavesi EBhayibheli Ayachazwa
Thola incazelo yangempela yamavesi eBhayibheli adumile.
IBhayibheli Nomlando
Funda ukuthi salithola kanjani iBhayibheli. Hlola ubufakazi bokunemba komlando walo onokwethenjelwa.
Isayensi NeBhayibheli
Ingabe isayensi neBhayibheli kuyavumelana? Ukuqhathanisa lokho okushiwo iBhayibheli nalokho okutholwe ososayensi kusinikeza impendulo.

