Izindaba Zamuva
EZISANDA KUKHISHWA
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2026 #2
Kulo mbiko, sizoyiqonda kangcono indlela imiBhalo engasiza ngayo izinceku zikaJehova ukuze zinqume ukuthi zizolisebenzisa kanjani igazi lazo phakathi nokwelashwa noma lapho zihlinzwa.
EZISANDA KUKHISHWA
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2026 #2
Kulo mbiko, sizoyiqonda kangcono indlela imiBhalo engasiza ngayo izinceku zikaJehova ukuze zinqume ukuthi zizolisebenzisa kanjani igazi lazo phakathi nokwelashwa noma lapho zihlinzwa.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2026 #1
Kulo mbiko, sizoxoxa ngesiqondiso esithuthukisiwe sokuqhuba izifundo zeBhayibheli ezithuthukayo sisebenzisa incwadi ethi Phila Kuze Kube Phakade!
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2025 #8
Kulo mbiko, sizonixoxela ngendlela abafowethu nodadewethu abayijabulela ngayo idrama ethi Izindaba Ezinhle NgokukaJesu.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2025 #7
Kulo mbiko, sizokwethula Umbiko Wonyaka Wenkonzo Ka-2025 sizophinde sibone nendlela uJehova awubusise ngayo umsebenzi wethu emhlabeni wonke.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2025 #6
Kulo mbiko, sizozwa ngombhalo wonyaka ka-2026 nengoma entsha eqanjiwe.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2025 #5
Kulo mbiko, sizoxoxa ngezimiso ezingasisiza senze izinqumo ezihlakaniphile ngokuphathelene nemfundo eyengeziwe.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2025 #4
Kulo mbiko, sizoxoxa ngezimiso zeBhayibheli ezingasisiza senze izinqumo ezihlakaniphile ngokuphathelene nezimpawu namasiko.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2025 #3
Kulo mbiko, sizoxoxa ngendlela esingahlela ngayo ukwenzela uJehova okwengeziwe phakathi nezinyanga ezimbalwa ezilandelayo.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2025 #2
Kulo mbiko, sizoxoxa ngemizamo esiyenzile ukuze sisize abafowethu nodadewethu bafunde ukufunda nokubhala kahle, sixoxe nangokuthula esikuthola ngenxa yesihlengo sikaJesu. Sizophinde sikhulule ingoma entsha esizoyicula emhlanganweni wesifunda ka-2025.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2025 #1
Kulo mbiko, sizobona ukuthi singawasebenzisa kanjani “Amaqiniso Esithanda Ukuwafundisa” atholakala esithasiselweni A sencwajana ethi Thanda Abantu—Wenze Abafundi. Ukufunda la maqiniso kuzosenza sibe nezingxoxo ezijabulisayo enkonzweni.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2024 #8
Kulo mbiko, sizoxoxa ngendlela okufanele sibaphathe ngayo abafowethu nodadewethu esibabona kumavidiyo ethu.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2024 #7
Kulo mbiko, sizozwa ukuthi abafowethu nodadewethu baqhuba kanjani emhlabeni wonke futhi sizojabulela nokwazi amalungu amasha eNdikimba Ebusayo okungumfowethu uJody Jedele noJacob Rumph.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2024 #6
Kulo mbiko, sizoxoxa ngokuthi singahlala kanjani sigxile ekuceleni izifundo zeBhayibheli.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2024 #5
Kulo mbiko, sizoxoxa ngendlela esingahlala ngayo sigxile eMbusweni kaNkulunkulu njengesisombululo sangempela sezinkinga zabantu.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2024 #4
Kulo mbiko, sizobona indlela abafowethu nodadewethu ababoshelwe ukholo lwabo ‘abaqhubeka ngayo benqoba okubi ngokuhle.’—Roma 12:21.

