PHAPHAMA! No. 6 2017 | Usengalungiseka Yini Umhlaba?
Kungani umhlaba ubonakala sengathi awusalawuleki?
IBhayibheli lithi: “Akukona okomuntu ohambayo ngisho nokuqondisa isinyathelo sakhe.”—Jeremiya 10:23.
Lo magazini uchaza ukuthi kungani abantu abaningi bekholelwa ukuthi izimo zomhlaba zizoba ngcono.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Usengalungiseka Yini Umhlaba Noma Cha?
Iwashi iDoomsday elingokomfanekiso libonisa ukuthi sekuseduze kakhulu ukuba kwenzeke inhlekelele, kunangasiphi esinye isikhathi kule minyaka engaphezu kwengu-60 edlule. Kungenzeka yini leli washi liphinde libonise ukuthi kunenhlekelele ezayo?
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Usengalungiseka Yini Umhlaba?—Ukufuna Izimpendulo
Abezindaba benza abaningi baphethe ngokuthi ngeke zisalungiseka izinkinga ezisemhlabeni. Zimbi ngempela yini izinto manje?
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Usengalungiseka Yini Umhlaba?—Lithini IBhayibheli?
Izinto ezenzekayo namuhla iBhayibheli lazisho kudala.
USIZO LOMNDENI
Ukufundisa Izingane Ukuthobeka
Fundisa ingane yakho ukuthobeka ngaphandle kokuyenza izenyeze.
AMAZWE NABANTU
Ukuvakashela ENew Zealand
Nakuba iyisiqhingi esikude, akumangazi ukuthi iNew Zealand ivakashelwa abantu abaqhamuka kwezinye izindawo abangaphezu kwezigidi ezintathu ngonyaka, ngenxa yobuhle bayo. Yini ekhanga abantu kangaka kule ndawo?
UMBONO WEBHAYIBHELI
Igama LikaNkulunkulu
Abantu babiza uNkulunkulu uMninimandla Onke ngeziqu eziningi, kodwa unalo igama lakhe.
Uhlu Lwezihloko Ze-Phaphama! Zika-2017
Izihloko ezihlukahlukene ezikhishwe ngo-2017.
Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet
Khuluma Iqiniso
Kungani kufanele ukhulume iqiniso njalo?
Ngingayithola Kanjani Inkolo Yeqiniso?
Ingabe ngiyayithanda le nkolo?