INQABAYOKULINDA No. 5 2017 | Zikhona Ngempela Yini Izingelosi?
UCABANGANI?
Zikhona ngempela yini izingelosi? IBhayibheli lithi:
“Mbongeni uJehova, nina zingelosi zakhe, eninamandla amakhulu, enifeza izwi lakhe, ngokulalela iphimbo lezwi lakhe.”—IHubo 103:20.
Le Nqabayokulinda isibonisa lokho iBhayibheli elikushoyo ngezingelosi nokuthi zingasisiza kanjani ekuphileni kwethu.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Izingelosi—Zingakuthonya Yini Ukuphila Kwakho?
Izindaba ezixoxwa abantu mayelana nezingelosi zenza abanye bakholelwe ukuthi izingelosi zingakuthonya ukuphila kwethu.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Iqiniso Ngezingelosi
Ayikho eyenye indawo engcono esingathola kuyo izimpendulo esingazethemba mayelana nezingelosi, ngaphandle kwaseBhayibhelini.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Ingabe Unengelosi Ehlale Ikugadile?
Ungasho yini ukuthi ingelosi noma izingelosi zizokuvikela?
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Indlela Izingelosi Ezingakusiza Ngayo
Izikhathi eziningi uNkulunkulu uye wathumela izingelosi ukuze zisize abantu.
Ingabe Bewazi?
UJesu wayebeyisa yini abangewona amaJuda lapho ethi ‘bayizinjana’?
IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA
Ngangizitshela Ukuthi UNkulunkulu Akekho
Kwenzeka kanjani ukuba osemusha owakhula ekholelwa ekutheni uNkulunkulu akekho nesebuKhomanisini, agcine eselithanda iBhayibheli?
LINGISA UKHOLO LWABO
UNkulunkulu Wabiza USara Ngokuthi INkosazane
Kungani igama elisha uSara aqanjwa lona lalimfanele?
Lithini IBhayibheli?
Kubonakala sengathi uma nje kusenzeka izinto ezimbi ngeke sihlale singakhathazeki futhi ngeke kube nokuthula emhlabeni. Ziyoke ziphele yini lezi zinkinga?
Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet
Ingabe Kuyimfuneko Ukuba Ilungu Lenkolo Ehleliwe?
Ingabe umuntu angakwazi ukukhulekela uNkulunkulu ngendlela yakhe?
Okunye Ongase Ukuthande
MAYELANA NATHI
Cela Isifundo SeBhayibheli
Thola izifundo zeBhayibheli ngesikhathi nasendaweni evumelana nawe.