PHAPHAMA! Septhemba 2015 | Umbono Olinganiselayo Ngemali
Empeleni ukuba nombono osontekile ngemali kungabushintsha ubuntu bakho.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Umbono Olinganiselayo Ngemali
Imibuzo yokuzihlola eyisikhombisa ingakusiza ubone ukuthi umbono wakho ususontekile yini.
UKUBUKA OKWEZWE
Ukuhlolisisa IMpumalanga Ephakathi
Okutholakale endaweni eyikhaya lamazwe ayephucuzekile endulo kuwubufakazi bokunemba kweBhayibheli.
EZASENDULO
UHerodotus
Ubizwa ngoYise Wezemilando, kubonakala sengathi wachitha konke ukuphila kwakhe enza umsebenzi owodwa.
AMAZWE NABANTU
Ukuvakashela ENicaragua
Yindawo enechibi eliwukuphela kwalo elinamanzi anezinhlanzi zasolwandle ezifana noshaka, i-swordfish, ne-tarpon.
INGABE KWAKLANYWA?
Izilwanyana Ezidla Uwoyela
Ziwuhlanza kahle kangakanani uwoyela uma ziqhathaniswa nezinto zanamuhla zobuchwepheshe?
Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet
Abantu Abasha Bayakhuluma Ngemali
Thola amacebiso okuqongelela, ukusebenzisa nokugcina imali isendaweni yayo.
Yiba Nomusa Futhi Uphane
Bukela indlela uKhwezi nodadewabo abathola ngayo injabulo eyengeziwe lapho bephana.