PHAPHAMA! Febhuwari 2015 | Ingabe IBhayibheli Lisasebenza Namuhla?
Cabanga ngezimiso ezine elizifundisayo ezifakazela ukuthi lisasebenza namuhla ngendlela elalisebenza ngayo ngesikhathi lilotshwa.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Ingabe IBhayibheli Lisasebenza Namuhla?
Lapho uHilton ehamba ekhaya, abazali bakhe bacabanga ukuthi ngeke esashintsha. Kodwa lapho ebuyela ekhaya ngemva kweminyaka engu-12, wayeseshintshe kakhulu kangangokuba abakholwanga ukuthi kwakunguyena. Kwenzekani?
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Izimiso Ezenzelwe Thina Nezingaphelelwa Isikhathi —Ubuqotho
URaquel wayengazenzela imali ngokwamukela isifumbathiso, kodwa unomuzwa wokuthi wazuza okuthile okuyigugu nakakhulu ngokusenqaba.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Izimiso Ezenzelwe Thina Nezingaphelelwa Isikhathi —Ukuzithiba
Yini eyasiza indoda egama layo linguCassius ukuba ilawule intukuthelo yayo?
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Izimiso Ezenzelwe Thina Nezingaphelelwa Isikhathi —Ukwethembeka
Owesifazane wakufunda kanzima ukubaluleka kokwethembeka kumyeni wakhe. Ingabe umshado wakhe wawungavikelwa?
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Izimiso Ezenzelwe Thina Nezingaphelelwa Isikhathi —Uthando
IBhayibheli likhuluma kaningi ngothando, kodwa zimbalwa izikhathi lapho lisuke libhekisela khona othandweni lwezithandani noma lobulili.
UKUBUKA OKWEZWE
Ukuhlolisisa Ezempilo
Muva nje, izindaba ziqinisekisa lokho okushiwo yiBhayibheli ngokuphathelene nempilo.
Ukuhlakanipha Okuyisivikelo
Sisho ukuthini isaga seBhayibheli esithi: ‘Isihlengo somphefumulo womuntu yingcebo yakhe, kodwa abampofu abasongelwa nokusongelwa’?
USIZO LOMNDENI
Lapho Ingane Yakho Ibuza Ngokufa
Amaphuzu amane angakusiza uphendule imibuzo yezingane futhi uzisize zibhekane nokufelwa othandekayo.
INGXOXO NOTHILE
Okwenza Umpristi Washiya ISonto Lakhe
Funda ngohambo olungokomoya luka-Antonio Della Gatta olwamholela ebuhlotsheni obuseduze noNkulunkulu.
UMBONO WEBHAYIBHELI
UMesiya
Ingabe bewazi ukuthi iBhayibheli laprofetha ngokuthi uMesiya wayezofa ngaphambi kokuba aqede umsebenzi wakhe?
INGABE KWAKLANYWA?
Ukupheqeka Kwechopho Lephiko Lezinyoni Ezindizela Phezulu
Ngokulingisa umklamo wephiko lazo, onjiniyela bezindiza bonge amalitha kaphethiloli angaphezu kwezigidi eziyizinkulungwane ezingu-7 ngonyaka owodwa.
Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet
Zisebenzise Ngokuhlakanipha Izingosi Zokuxhumana
Kujabulele ukusebenzisa i-Internet lapho uxhumana nabangane bakho futhi ukwenze ngokucophelela.
Ukupha Kukwenza Ujabule
Ziningi izindlela zokupha. Zikhona yini ozicabangayo?