Izingqikithi Zika-2018
Amagatsha OFakazi BakaJehova: 87
Inani Lamazwe Abikayo: 240
Ingqikithi Yamabandla: 119,954
Ababekhona ESikhumbuzweni Emhlabeni Wonke: 20,329,317
Inani Labadle Izifanekiselo Emhlabeni Wonke: 19,521
Inani Eliphakeme Labamemezeli *: 8 579,909
Isilinganiso Sabamemezeli Abashumayela Inyanga Ngayinye: 8,360,594
Ukwanda Kwabamemezeli Kunango-2017: 1.4
Inani Lababhapathiziwe *: 281,744
Isilinganiso Sabamemezeli Abangamaphayona * Inyanga Ngayinye: 1,267,808
Isilinganiso Sabamemezeli Abangamaphayona Asizayo Inyanga Ngayinye: 446,642
Ingqikithi Yamahora Asetshenzwe Ensimini: 2,074,655,497
Isilinganiso Sezifundo ZeBhayibheli * Inyanga Ngayinye: 10,079,709
Ngonyaka wenkonzo ka-2018, * oFakazi BakaJehova basebenzise imali engaphezu kuka-R3 053 844 200,00 ekunakekeleni amaphayona akhethekile, izithunywa zevangeli nababonisi bezigodi ezabelweni zabo zenkonzo yasensimini. Emhlabeni jikelele, zingu-20 331 sezizonke izikhonzi ezisebenza ezakhiweni zamagatsha. Zonke zingamalungu oHlelo Lomhlaba Wonke Lwezinceku ZoFakazi BakaJehova Ezisenkonzweni Ekhethekile Yesikhathi Esigcwele.
^ isig. 7 Ummemezeli umuntu omemezela noma oshumayela izindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu. (Mathewu 24:14) Ukuze uthole incazelo ephelele ngokuthi la manani atholakala kanjani, bheka isihloko esikuyi-jw.org/zu esithi, “Bangaki OFakazi BakaJehova Emhlabeni Wonke?”
^ isig. 10 Ukuze uthole okwengeziwe ngongakwenza ukuze ubhapathizwe ube uFakazi KaJehova, bheka isihloko esikuyi-jw.org/zu esithi “Ngingaba Kanjani Omunye WoFakazi BakaJehova?”
^ isig. 11 Iphayona uFakazi obhapathiziwe oyisibonelo ozikhethele ukusebenza amahora anqunyiwe inyanga ngayinye eshumayela izindaba ezinhle.
^ isig. 14 Ukuze uthole okwengeziwe, bheka isihloko esikuyi-jw.org/zu esithi “Siyini Isifundo SeBhayibheli?”
^ isig. 15 Unyaka wenkonzo ka-2018 uqale ngoSepthemba 1, 2017 waphela ngo-Agasti 31, 2018.