Septhemba 27–Okthoba 3
JOSHUWA 6-7
Ingoma 144 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Fulathela Izinto Ezingasizi Ngalutho”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Jos 6:20—Ibuphi ubufakazi obukhona bokuthi idolobha lasendulo iJeriko lanqotshwa lingavinjezelwanga isikhathi eside? (w15 11/15 15 ¶2-3)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Jos 6:1-14 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni. (th isifundo 12)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? (kodwa ungayidlali). (th isifundo 9)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lffi isifundo 01, iphuzu 3 (th isifundo 8)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Okufezwa Inhlangano: (5 imiz.) Dlala ividiyo kaSepthemba ethi Okufezwa Inhlangano.
Ukungalaleli Ngamabomu Kunemiphumela Emibi: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi “Akukho Nelilodwa Izwi . . . Eliye Laphutha”—Isiqephu. Ngemva kwalokho, buza izilaleli le mibuzo: Yimuphi umyalo ocacile uJehova awukhipha ngokuphathelene neJeriko? Yini eyenziwa u-Akhani nomndeni wakhe futhi kungani? Isifundisani le ndaba? Bakhuthaze bonke ukuba bayibuke yonke ividiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 14 ¶8-14 nebhokisi 13A
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 88 Nomthandazo