Izibusiso Eziyojabulelwa U-Israyeli Obuyiselwe Ezweni Lakhe
Umbono kaHezekeli wethempeli wakhuthaza ama-Israyeli ayedingisiwe, wawaqinisekisa nangokuthi iziprofetho zokubuyiselwa kwawo zazizogcwaliseka. Ukukhonza uJehova ngendlela efanele kwakuzoba ngokubaluleke kakhulu kulabo ababusiswe nguye.
Lo mbono wenza ama-Israyeli aba nethemba lokuthi kwakuzoba nokuhleleka, ukubambisana nokulondeka
-
Izwe elichumayo nelithelayo
-
Indawo eyifa yomndeni ngamunye
Ngaphambi kokuba izwe lihlukaniselwe abantu, indawo ekhethekile yalo kwakufanele ‘inikelwe’ kuJehova ‘njengomnikelo’
Ngingabonisa kanjani ukuthi ukukhonza uJehova kuyinto ebaluleke kakhulu ekuphileni kwami? (w06 4/15 27-28 ¶13-14)