Septhemba 23-29
HEBHERU 12-13
INgoma 88 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Isiyalo Sibonisa Ukuthi UJehova Uyasithanda”: (10 imiz.)
Heb 12:5—Ungapheli amandla lapho uyalwa (w12 3/15 29 ¶18)
Heb 12:6, 7—UJehova uyabayala labo abathandayo (w12 7/1 21 ¶3)
Heb 12:11—Nakuba isiyalo sibuhlungu ngezinye izikhathi kodwa siyasiqeqesha (w18.03 32 ¶18)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Heb 12:1-17 (th isifundo 11)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 2)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) lv 34-35 ¶19 (th isifundo 6)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ukukhuthazela Naphezu . . . Kwesono Sethu: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese niphendula le mibuzo elandelayo:
Yibuphi ubunzima uMfoweth’ uCázares ayenabo kusukela ebhapathizwa?
Uye wayalwa ngaziphi izindlela?
Izidingo Zebandla: (10 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 14 ¶1-9
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 13 Nomthandazo