Septhemba 9-15
HEBHERU 9-10
INgoma 10 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Isithunzi Sezinto Ezinhle Ezizayo”: (10 imiz.)
Heb 9:12-14—Igazi likaKristu lingcono kakhulu kunelezimbuzi nelezinkunzi (it-1-E 862 ¶1)
Heb 9:24-26—UKristu waliletha kanye kuphela inani lomhlatshelo wakhe kuNkulunkulu (cf 183 ¶4)
Heb 10:1-4—UMthetho wawumelela okungcono okuzayo (it-2-E 602-603)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Heb 9:16, 17—Asho ukuthini la mavesi? (w92 3/1 31 ¶4-6)
Heb 10:5-7—UJesu wawasho nini la mazwi futhi wayesho ukuthini? (it-1-E 249-250)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Heb 9:1-14 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 1)
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni yangakini. (th isifundo 2)
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usumshiyela ikhadi lemininingwane yokungena kuyi-jw.org. (th isifundo 11)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ingabe Siyakubona Ukubaluleka Kokuba Khona Emihlanganweni? (IHu 27:11): (12 imiz.) Dlala ividiyo, bese niphendula imibuzo elandelayo:
Iziphi izinto ezisizuzisayo uMpristu wethu Omkhulu uJesu asenzela zona?
Iziphi izinto ezintathu esingabonisa ngazo ukuthi siyabonga ngalokho uJesu asenzela khona?
Lalela Emihlanganweni: (3 imiz.) Dlala ividiyo, bese ubuza izingane ukuthi kungani kufanele zilalele esifundweni.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 13 ¶9-17
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 47 Nomthandazo