Okthoba 9-15
DANIYELI 10-12
INgoma 31 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJehova Walibona Kusengaphambili Ikusasa Lamakhosi Ayezobusa”: (10 imiz.)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Dan 12:3—Obani labo “abanokuqondisisa,” futhi ‘bakhanya’ nini “njengokukhanya komkhathi”? (w13 7/15 13 ¶16, umbhalo osekugcineni)
Dan 12:13—UDaniyeli “uyosukuma” ngayiphi indlela? (dp 315 ¶18)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Dan 11:28-39
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) isembozo * se-g17.5—Beka isisekelo sempindelo.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-g17.5—Ushiye umagazini ngokwedlule. Qhubeka uxoxa ngalo magazini, bese ubeka isisekelo sempindelo elandelayo.
Inkulumo: (6 imiz. noma ngaphansi) w16.11 5-6 ¶7-8—Isihloko: Singasilingisa Kanjani Isibonelo SikaJehova Lapho Sikhuthaza Abanye?
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Baqiniswa Iziprofetho ZeBhayibheli: (15 imiz.) Dlala ividiyo ethi Baqiniswa “IZwi Eliyisiprofetho.”
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 19 ¶8-18, nebhokisi lokubukeza elithi “Ungokoqobo Kangakanani UMbuso Kuwe?”
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 126 Nomthandazo
^ isig. 17 Elithi “isembozo” lapha lisho isihloko noma izihloko ezihambisana nendaba esemakhasini okuqala kamagazini.