November 21-27
UMSHUMAYELI 7-12
INgoma 41 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Khumbula UMdali Wakho Omkhulu Ezinsukwini Zobusha Bakho”: (10 imiz.)
UmSh 12:1—Intsha kufanele isebenzise isikhathi namandla ayo enkonzweni kaNkulunkulu (w14 1/15 18 ¶3; 22 ¶1)
UmSh 12:2-7—Intsha ayikakabhekani “nezinsuku eziyinhlekelele” ezifica asebekhulile (w08 11/15 23 ¶2; w06 11/1 16 ¶9)
UmSh 12:13, 14—Ukukhonza uJehova kuyindlela engcono kakhulu eyenza ukuphila kwakho kube nenjongo (w11 11/1 21 ¶1-6)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
UmSh 10:1—Kwenzeka kanjani ukuba “ubuwula obuncane” bugqibe ukuhlakanipha? (w06 11/1 16 ¶5)
UmSh 11:1—Kusho ukuthini “ukuthumela isinkwa ebusweni bamanzi”? (w06 11/1 16 ¶7)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) UmSh 10:12–11:10
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) 2Thim 3:1-5—Fundisa Iqiniso.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Isaya 44:27–45:2—Fundisa Iqiniso.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 25-26 ¶18-20—Memela umfundi emihlanganweni yebandla.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Basha—Ningazindeli Ukungena ‘Ngomnyango Omkhulu.’”: (15 imiz.) Dlala i-video ethi Basha—UJehova Uyanithanda bese nixoxa ngalesi sihloko.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 4 ¶7-15, ibhokisi elithi “Indlela INqabayokulinda Ephakamise Ngayo Igama LikaNkulunkulu” nelithi “Isizathu Esinamandla Sokushumayela”
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 148 Nomthandazo
Okufanele ukukhumbule: Dlala ingoma entsha kube kanye ngaphambi kokuba ibandla liyicule.