Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | LEVITIKUSI 6-7

Ukubonisa Ukubonga

Ukubonisa Ukubonga

7:11-15, 20

Imihlatshelo ehlanganyelwayo eyayenziwa kwa-Israyeli isikhumbuza ngokubaluleka kokubonga uJehova emithandazweni yethu nangendlela esiziphatha ngayo.—Fil 4:6, 7; Kol 3:15.

  • Lapho sithandaza, yiziphi izinto esingazibonga kuJehova?—1Thes 5:17, 18

  • Kusisiza ngani ukubonga?

  • Umuntu angadla kanjani “etafuleni lamademoni,” futhi lokhu kungabonisa kanjani ukuthi akakujabuleli lokho uJehova amenzela kona?—1Ko 10:20, 21