Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Juni 17-23

IHUBO 51-53

Juni 17-23

Ingoma 89 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

1. Ongakwenza Ukuze Ugweme Ukwenza Amaphutha Amakhulu

(10 imiz.)

Ungazethembi ngokweqile—bonke abantu bayawenza amaphutha (Hu 51:5; 2Ko 11:3)

Qhubeka wenza izinto ezikugcina usondelene noJehova (Hu 51:6; w19.01 15 ¶4-5)

Yilwa nemicabango nezifiso ezingcolile (Hu 51:​10-12; w15 6/15 15 ¶5-6)

2. Amagugu Angokomoya

(10 imiz.)

  • Hu 52:​2-4—La mavesi azichaza kanjani izenzo zikaDowegi? (it-1-E 644)

  • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

3. Ukufundwa KweBhayibheli

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

4. Ukuqala Ingxoxo

(2 imiz.) UKUSHUMAYELA OBALA. (lmd isifundo 7 iphuzu 3)

5. Ukuqala Ingxoxo

(2 imiz.) ENDLINI NGENDLU. (lmd isifundo 4 iphuzu 4)

6. Ukubuyela Koxoxe Naye

(3 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Fundisa umuntu igama likaNkulunkulu. (lmd isifundo 9 iphuzu 5)

7. Ukwenza Abafundi

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingoma 115

8. Thatha Izinyathelo Zokulungisa Amaphutha Akho

(15 imiz.) Ingxoxo.

Kungakhathaliseki ukuthi sizama kangakanani, sonke siyawenza amaphutha. (1Jo 1:8) Lapho siwenza, akufanele sivumele ukuphoxeka nokwesaba ukungena enkingeni kusivimbele ukucela usizo nentethelelo kuJehova. (1Jo 1:9) Ukuthandaza kuJehova kuhlale kuyisinyathelo sokuqala sokulungisa iphutha.

Funda iHubo 51:​1, 2, 17. Ngemva kwalokho, buza izilaleli:

  • Amazwi kaDavide asikhuthaza kanjani ukuba sicele usizo kuJehova lapho senze iphutha elikhulu?

Dlala IVIDIYO ethi Ubusha Bami—Ngingawalungisa Kanjani Amaphutha Ami? Ngemva kwalokho, buza izilaleli le mibuzo:

  • Yiziphi ezinye zezinto ezabangela ukuba uThalila noJosé benze amaphutha?

  • Yiziphi izinyathelo abazithatha ukuze balungise amaphutha abo?

  • Kwabasiza kanjani ukuthatha lezo zinyathelo?

9. ISifundo SeBhayibheli Sebandla

Amazwi Okuphetha (3 imiz.) | Ingoma 129 Nomthandazo