Juni 13-19
2 SAMUWELI 11-12
Ingoma 121 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ungazivumeli Izifiso Ezingafanele Zikulawule”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
2Sa 12:13—Yiziphi ezinye izizathu ezenza uJehova wangambulala uDavide noBhati-sheba? (it-1-E 590 ¶1)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Sa 11:1-15 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Cela ukufunda naye iBhayibheli usebenzisa incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! (th isifundo 11)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese uqala isifundo seBhayibheli esifundweni 01. (th isifundo 13)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 05 iphuzu 5 (th isifundo 15)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Zilawule Izifiso Zakho”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ungavumeli Ukuphila Kwakho Kushabalale Njengentuthu.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 08
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 28 Nomthandazo