March 20-26
2 IZIKRONIKE 1-4
Ingoma 41 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“INkosi USolomoni Yenza Isinqumo Esingahlakaniphile”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
2Kr 1:11, 12—Lokhu kulandisa kusifundisani ngemithandazo yethu? (w05 12/1 19 ¶6)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kr 4:7-22 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Isimemo SeSikhumbuzo: (3 imiz.) Mema osebenza naye, ofunda naye esikoleni noma isihlobo. (th isifundo 2)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Buyela kumuntu obonise ukuthi uyathanda ukufunda nowamukele isimemo seSikhumbuzo. Mchazele ngesifundo samahhala seBhayibheli bese umnikeza incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! Yethula futhi nixoxe ngevidiyo ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli? (kodwa ungayidlali) (th isifundo 17)
Esifundweni seBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 09 iphuzu 5 (th isifundo 9)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Uzobe Ululungele Yini Usuku Olubaluleke Kunazo Zonke Onyakeni?: (15 imiz.) Inkulumo nevidiyo. Izokwenziwa umbonisi wenkonzo. Chaza ukuthi umkhankaso weSikhumbuzo uhamba kanjani ensimini yenu. Xoxa nabathile abanokuhle abakuthole ensimini. Khuluma ngesimiso sokufundwa kweBhayibheli kweSikhumbuzo esisemakhasini 8 no-9, bese ukhuthaza bonke ukuba balungise izinhliziyo zabo. (Ezr 7:10) Xoxa ngendlela eningabamukela ngayo ngemfudumalo abeze eSikhumbuzweni. (Ro 15:7; mwb16.03 2) Dlala ividiyo ethi Indlela Yokwenza Isinkwa SeSikhumbuzo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 41 amaphuzu 1-4
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 135 Nomthandazo