Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Ingabe Wenza Izinto Ungacabanganga?

Ingabe Wenza Izinto Ungacabanganga?

UDavide wacela okuthile kuNabali kodwa yena wamthuka kanye namadoda aye kanye naye (1Sa 25:7-11; ia 78 ¶10-12)

UDavide wayefuna ukubulala bonke abesilisa bendlu kaNabali (1Sa 25:13, 21, 22)

U-Abhigayili wasiza uDavide wagwema ukuba necala legazi (1Sa 25:25, 26, 32, 33; ia 80 ¶18)

ZIBUZE: ‘Ingabe ngivame ukwenza ngokungacabangi lapho ngithukuthele, lapho ngithenga noma lapho ngidikibele? Noma ingabe ngiyama ngicabange ngemiphumela ngaphambi kokuba ngenze okuthile?’​—IzA 15:28; 22:3.