Mashi 15-21
NUMERI 11-12
Ingoma 46 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Kungani Kufanele Ugweme Ukukhononda?”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Num 11:7, 8—Ukubukeka nokunambitheka kwemana kwakububonisa kanjani ubuhle bukaJehova? (it-2-E 309)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Num 11:1-15 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Isimemo SeSikhumbuzo: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Uma umninikhaya elalela, yethula ividiyo ethi Khumbula Ukufa KukaJesu (kodwa ungayidlali) bese nixoxa ngayo. (th isifundo 11)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Buyela kumuntu obonise ukuthi uyathanda ukulalela futhi osamukelile isimemo seSikhumbuzo. (th isifundo 4)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ngemva kokuphela kwenkulumo yeSikhumbuzo, xoxa nomuntu omenyiwe obekhona bese uphendula umbuzo awubuzayo ngokuphathelene nalo mhlangano. (th isifundo 2)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ingabe Ulungiselela ISikhumbuzo?”: (15 imiz.) Ingxoxo. Yisho noma isiphi isaziso esiphathelene namalungiselelo esikhumbuzo. Dlala ividiyo ethi Indlela Yokwenza Isinkwa SeSikhumbuzo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 6 ¶7-13 nebhokisi 6A
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 70 Nomthandazo