Mashi 19-25
MATHEWU 24
INgoma 43 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Hlale Uzinakile Izinto Eziphathelene NoNkulunkulu Phakathi Nalezi Zinsuku Zokugcina”: (10 imiz.)
Math 24:12—Ukwanda kobubi kuyokwenza uthando lwabantu luphole (it-2-E 279 ¶6)
Math 24:39—Izinto zokuphila kwansuku zonke ziyoba iyona nto eyinhloko abantu abayikhathalelayo, baze baphazamiseke (w99 11/15 19 ¶5)
Math 24:44—INkosi iyofika ngesikhathi esingalindelekile (jy-E 259 ¶5)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Math 24:8—Yini engase iboniswe yila mazwi kaJesu? (iphuzu lokucwaninga elithi “kwemihelo yokucindezeleka,” elikuMath 24:8, kuyi-nwtsty-E)
Math 24:20—Kungani uJesu asho la mazwi? (amaphuzu okucwaninga: “ngesikhathi sasebusika,” “ngosuku lwesabatha,” akuMath 24:20, kuyi-nwtsty-E)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Math 24:1-22
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Qala ngengxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Umuntu oxoxa naye uphikisa ngendlela evamile endaweni.
Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngengxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Umuntu obuxoxe naye akekho, kuvula isihlobo emnyango.
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Kuseduze Ukuphela Kwalesi Simiso Sezinto”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 5 ¶7-15
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 115 Nomthandazo