“Ningakhathazeki Ngalutho”
-
Uma sikhathazekile, umthandazo ungasisiza
-
Uma sinokholo lapho sithandaza, uJehova uzosinika ukuthula “okudlula konke ukucabanga”
-
Nakuba singase singazi ukuthi sizophuma kanjani enkingeni ethile, uJehova angasisiza siyikhuthazelele. Angaze ngisho asisize ngendlela ebesingayilindele.—1Ko 10:13