Agasti 12-18
IHUBO 73-74
Ingoma 36 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)
1. Kuthiwani Uma Sinomona Ngabantu Abangamkhonzi UNkulunkulu?
(10 imiz.)
Singaba nomona ngabantu abangamkhonzi uNkulunkulu (Hu 73:3-5; w20.12 19 ¶14)
Singaphinde sibe nombono ofanele ngokuzihlanganisa nabafowethu ekukhonzeni uJehova kunokuzehlukanisa (Hu 73:17; IzA 18:1; w20.12 19 ¶15-16)
Labo abangamkhonzi uNkulunkulu ‘basendaweni eshelelayo’; abamkhonzayo baholelwa “enkazimulweni” (Hu 73:18, 19, 24; w14 4/15 4 ¶5; w13 2/15 25-26 ¶3-5)
2. Amagugu Angokomoya
(10 imiz.)
Hu 74:13, 14—Kubonakala sengathi “uLeviyathani” ubhekisela kuphi? (it-2-E 240)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
3. Ukufundwa KweBhayibheli
(4 imiz.) Hu 74:1-23 (th isifundo 10)
4. Ukuqala Ingxoxo
(3 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Zama ukuthola ithuba lokuxoxela umuntu omjwayele okuthile okufunde emhlanganweni wamuva nje. (lmd isifundo 2 iphuzu 4)
5. Ukubuyela Koxoxe Naye
(4 imiz.) UKUSHUMAYELA EZINDAWENI ZOMPHAKATHI. Cela ukuqhubela umuntu isifundo seBhayibheli bese uyambonisa ukuthi siqhutshwa kanjani. (lmd isifundo 8 iphuzu 3)
6. Chaza Izinkolelo Zakho
(5 imiz.) Inkulumo. ijwbq 89—Isihloko: Ingabe Zonke Izinkolo Zilungile? (th isifundo 14)
Ingoma 72
7. Izidingo Zebandla
(15 imiz.)
8. ISifundo SeBhayibheli Sebandla
(30 imiz.) bt isahl. 14 ¶1-6, ibhokisi ek. 112