Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Ingabe Ukupha Kwakho Kuwumhlatshelo?

Ingabe Ukupha Kwakho Kuwumhlatshelo?

UDavide wayalwa ukuba akhe i-altare esibuyeni sika-Arawuna (2Sa 24:18)

Ngomusa u-Arawuna wanikela ngendawo nangezilwane zokwenza umhlatshelo (2Sa 24:21-23)

UDavide akazange anikele ngemihlatshelo engakhokhanga lutho (2Sa 24:24, 25; it-1-E 146)

Izithombe: Izindlela zokunikela ngomhlatshelo. 1. Abazalwane nodade bayasiza emsebenzini wokwakha iHholo LoMbuso. 2. Udade osekhululile ufaka umnikelo ebhokisini lomnikelo. 3. Indoda nomkayo bashumayela ngenqola. 4. Abazalwane nodade basiza lapho kuvele khona inhlekelele.

UJehova uyajabula uma sinikela ngokuzithandela ngesikhathi sethu, amandla ethu nangezinto esinazo ukuze simkhonze. (w12 1/15 18 ¶8) Imiphi imigomo ongazibekela yona ukuze wandise ‘umhlatshelo wokumdumisa?’​—Heb 13:15.