August 22-28
1 AMAKHOSI 7
Ingoma 7 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Izinsika Ezimbili Zingasifundisani?”: (10 imiz.)
Ingcebo Engomokoya: (10 imiz.)
1Kh 7:23—Singafundani ‘ngoLwandle lwensimbi’ olukhulu olwalwenzelwe ithempeli? (it-1-E 263)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Kh 7:1-12 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni. (th isifundo 6)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Ngemva kwalokho, mnikeze incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese umbonisa ukuthi siqhutshwa kanjani isifundo seBhayibheli. (th isifundo 3)
Esifundweni seBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 06 iphuzu 6 nengxenye ethi Abanye Abantu Bathi (th isifundo 8)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (5 imiz.)
“Umkhankaso Okhethekile Wokuqalisa Izifundo ZeBhayibheli NgoSepthemba”: (10 imiz.) Le ngxoxo izosingathwa umbonisi wenkonzo. Dlala ividiyo ethi Lapho Nixoxa Okokuqala: Esifundweni seBhayibheli—Hu 37:29. Khuluma kafushane ngokuhleliwe ukuze kwenziwe lo mkhankaso.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 17
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 13 Nomthandazo