Januwari 13-19
IHUBO 135-137
Ingoma 2 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)
1. “INkosi Yethu Ingaphezu Kwabo Bonke Abanye Onkulunkulu”
(10 imiz.)
UJehova ubonisile ukuthi uyakwazi ukulawula yonke indalo (Hu 135:5, 6; it-2-E 661 ¶4-5)
Uyabavikela abantu bakhe (Eks 14:29-31; Hu 135:14)
Uyasisiza lapho siphatheke kabi (Hu 136:23; w21.11 6 ¶16)
2. Amagugu Angokomoya
(10 imiz.)
Hu 135:1, 5—Kungani iBhayibheli livame ukusebenzisa igama elithi “Jah”? (it-1-E 1248)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
3. Ukufundwa KweBhayibheli
(4 imiz.) Hu 135:1-21 (th isifundo 11)
4. Ukuqala Ingxoxo
(3 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Cela imininingwane yomuntu obonisa ukuthi uyathanda ukuxoxa ngeBhayibheli. (lmd isifundo 2 iphuzu 4)
5. Ukubuyela Koxoxe Naye
(4 imiz.) ENDLINI NGENDLU. Memela umuntu oxoxa naye emhlanganweni webandla. (lmd isifundo 9 iphuzu 4)
6. Chaza Izinkolelo Zakho
(5 imiz.) Umboniso. ijwfq isihloko 7—Isihloko: Ingabe OFakazi BakaJehova BangamaKristu? (th isifundo 12)
Ingoma 10
7. Izidingo Zebandla
(15 imiz.)
8. ISifundo SeBhayibheli Sebandla
(30 imiz.) bt isahl. 21 ¶1-7, ibhokisi ek. 166