Januwari 4-10
LEVITIKUSI 18-19
Ingoma 122 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Zigcine Uhlanzekile Ngokokuziphatha”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Lev 19:9, 10—UMthetho kaNkulunkulu ukubonisa kanjani ukucabangela abantu abahluphekayo? (w06 6/15 22 ¶11)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Lev 18:1-15 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Nixoxa Okokuqala: Umthandazo—IHu 65:2. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana, bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 3)
Inkulumo: (5 imiz.) w02 2/1 29—Isihloko: Imingcele Yokushada Kwezihlobo EseMthethweni KaMose Isebenza Ngezinga Elingakanani KumaKristu Namuhla? (th isifundo 7)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Yiba Umngane KaJehova—Vikela Izingane Zakho: (5 imiz.) Inkulumo ebekwa umdala. Dlala le vidiyo. Yibe usuveza izifundo esizithola kuyo.—IzA 22:3.
“Bazali, Fundisani Izingane Zenu Lokho Okufanele Zikwazi”: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Yakha Indlu Eyokuma Phakade—Vikela Izingane Zakho ‘Kokubi’.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 2 ¶28-31, amabhokisi 2A no-2B
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 96 Nomthandazo