UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Yiba Isisebenzi Esinekhono
Umbazi onekhono uyakwazi ukuwasebenzisa amathuluzi akhe. Ngokufanayo, “isisebenzi esingenamahloni ngalutho” siyazi ukuthi kufanele siwasebenzise kanjani amathuluzi aseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (2Thim 2:15) Phendula le mibuzo elandelayo ukuze ubone ukuthi uyakwazi yini ukusebenzisa amanye amathuluzi ethu asensimini.
LALELA UNKULUNKULU UPHILE PHAKADE
-
Lenzelwe obani leli thuluzi?—mwb17.03 5 ¶1-2
-
Ungalisebenzisa kanjani lapho ufunda nothile iBhayibheli?—km 7/12 7 ¶4
-
Yiliphi elinye ithuluzi elidingekayo ukuze ulungiselele umfundi ubhapathizo?—km 7/12 7 ¶5
IZINDABA EZINHLE EZIVELA KUNKULUNKULU!
-
Lihluke kanjani leli thuluzi kwezinye izincwadi esifundisa ngazo?—km 3/13 4-5 ¶3-5
-
Yini okufanele uzame ukuyenza lapho unikeza umuntu le ncwadi?—km 9/15 3 ¶1
-
Ungalisebenzisa kanjani leli thuluzi lapho ufunda nothile iBhayibheli?—mwb16.01 8
-
Kufanele ushintshele nini encwadini ethi Lingasifundisani IBhayibheli?—km 3/13 7 ¶10
LINGASIFUNDISANI IBHAYIBHELI?
-
Kufanele siyisebenze kanjani ingxenye ethi Esikufundile nethi Imibhalo Esekugcineni?—mwb16.11 5 ¶2-3
OBANI ABENZA INTANDO KAJEHOVA NAMUHLA?
-
Kufanele ulisebenze nini leli thuluzi?—mwb17.03 8 ¶1
-
Kufanele lisetshenziswe kanjani?—mwb17.03 8, ibhokisi