Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Januwari 21-​27

IZENZO 25-26

Januwari 21-​27
  • INgoma 73 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • UPawulu Udlulisela Icala KuKhesari Bese Eshumayeza INkosi UHerode Agripha”: (10 imiz.)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IzE 26:14—Siyini isikhandi? (iphuzu lokucwaninga elithi “ukhahlela izinkandi,” elikuyizE 26:14, kuyi-nwtsty-E; “Isikhandi,” kuyi-nwtstg-E)

    • IzE 26:27—Kungani kwaba nzima ukuba iNkosi u-Agripha iphendule lapho uPawulu eyibuza ukuthi iyabakholelwa yini abaprofethi? (w03 11/15 16-17 ¶14)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IzE 25:1-12 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

  • Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 2)

  • Lapho Ubuyela Okokuqala: (4 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usubonisa umninikhaya incwadi ethi Lingasifundisani. (th isifundo 3)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU