Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Januwari 14-​20

IZENZO 23-24

Januwari 14-​20
  • INgoma 148 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 1)

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 2)

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 3)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 77

  • Umbiko Wenkonzo Waminyaka Yonke: (15 imiz.) Inkulumo ebekwa umdala. Ngemva kokufunda isaziso sombiko wenkonzo waminyaka yonke esivela ehhovisi legatsha, xoxa nabamemezeli obakhethe kusengaphambili, ababe nokuthile okukhuthazayo enkonzweni phakathi nonyaka odlule.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 2 ¶9-14

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 128 Nomthandazo