Febhuwari 5-11
MATHEWU 12-13
INgoma 151 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Umfanekiso Kakolweni Nokhula”: (10 imiz.)
Math 13:24-26—Umuntu othile wahlwanyela imbewu enhle ensimini yakhe, isitha sakhe safika sahlwanyela ukhula kuleyo nsimu (w13 7/15 9-10 ¶2-3)
Math 13:27-29—Ukolweni nokhula kwakhula ndawonye kwaze kwafika inkathi yokuvuna (w13 7/15 10 ¶4)
Math 13:30—Phakathi nenkathi yokuvuna, abavuni baqala ngokubutha ukhula, base beqoqela ukolweni enqolobaneni (w13 7/15 12 ¶10-12)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Math 12:20—Singalulingisa kanjani uzwela lukaJesu? (iphuzu lokucwaninga le-nwtsty-E)
Math 13:25—Kuyakholakala yini ukuthi endulo umuntu wayengahlwanyela ukhula ensimini yomunye umuntu? (w16.10 32)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Math 12:1-21
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Ingxoxo Yokuqala: (4 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bhs 22-23 ¶10-12
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (5 imiz.)
“Imifanekiso YoMbuso Nendlela Esisiza Ngayo”: (10 imiz.) Ingxoxo. Xoxa ngendlela le mifanekiso okufanele isisize ngayo endleleni esisebenza ngayo enkonzweni.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv Isithasiselo 207-209
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 9 Nomthandazo