Febhuwari 19-25
MATHEWU 16-17
INgoma 57 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ekabani Imicabango Oyicabangayo?”: (10 imiz.)
Math 16:21, 22—UPetru wavumela imizwa ithonye indlela ayecabanga ngayo (w07 2/15 16 ¶17)
Math 16:23—UPetru wayengacabangi imicabango kaNkulunkulu (w15 5/15 7 ¶16-17)
Math 16:24—AmaKristu kumelwe avumele imicabango kaNkulunkulu iqondise ukuphila kwawo (w06 4/1 23 ¶9)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Math 16:18—Ubani owayeyidwala uJesu akha kulo ibandla lobuKristu? (Amaphuzu okucwaninga: “Wena unguPetru, phezu kwaleli dwala,” “ibandla,” akuMath 16:18 kuyi-nwtsty-E)
Math 16:19—Zaziyini ‘izihluthulelo zoMbuso wamazulu’ uJesu azinika uPetru? (iphuzu lokucwaninga le-nwtsty-E)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Math 16:1-20
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Qala ngenxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umninikhaya ophikisa ngendlela evame endaweni yangakini.
Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukusebenzisa Imibuzo Ngokuphumelelayo”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Yenza Umsebenzi Owenziwa UJesu—Fundisa.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 4 ¶12-21 nebhokisi * ek. 42
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 88 Nomthandazo
^ isig. 23 Ningase nikhethe ukungalifundi ibhokisi.