Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Agasti 24-30

EKSODUSI 19-20

Agasti 24-30
  • INgoma 88 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Ikusiza Ngani IMithetho Eyishumi”: (10 imiz.)

    • Eks 20:3-7​—Dumisa uJehova, uzinikele kuye kuphela (w89 11/15 6 ¶1)

    • Eks 20:8-11​—Izinto ezisisondeza kuJehova mazize kuqala ekuphileni kwakho

    • Eks 20:12-17​—Dumisa futhi uhloniphe abanye abantu (w89 11/15 6 ¶2-3)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • Eks 19:5, 6​—Kungani u-Israyeli wasendulo walahlekelwa ithuba lokuba “umbuso wabapristi”? (it-2-E 687 ¶1-2)

    • Eks 20:4, 5​—UJehova usiletha kanjani “isijeziso sesiphambeko soyise” esizukulwaneni esizayo? (w04 3/15 27 ¶1)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Eks 19:1-19 (th isifundo 10)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 91

  • Ngingayithola Kanjani Inkululeko Ethe Xaxa?: (6 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo esengxenyeni ethi Ukufunda Ngemidwebo. Buza izingane ezikhona le mibuzo: Ungabenza kanjani abazali bakho ukuthi bakwethembe? Kufanele wenzenjani uma wenza iphutha? Kungani kubalulekile ukuba uhloniphe abazali bakho uma ufuna inkululeko ethe xaxa?

  • Hlonipha Abazali Bakho Asebekhulile: (9 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Buza izilaleli le mibuzo: Yiziphi izingqinamba ezingaphakama njengoba abazali bekhula? Kungani amalungu omndeni kufanele akhulumisane kahle lapho enquma ukuthi azobanakekela kanjani abazali? Izingane zingabonisa kanjani ukuthi ziyabahlonipha abazali lapho zibanakekela?

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 17 ¶14-22, nokubukeza ek. 152

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)

  • INgoma 131 Nomthandazo