Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Numeri

Izahluko

Okuphakathi

  • 1

    • Ukubhaliselwa kwabantu impi (1-46)

    • AmaLevi awayi empini (47-51)

    • Ukuhlelwa kwekamu (52-54)

  • 2

    • Ikamu lihlelwa ngokwezigaba zezizwe ezintathu (1-34)

      • Isigaba sakwaJuda ngasempumalanga (3-9)

      • Isigaba sakwaRubeni ngaseningizimu (10-16)

      • Ikamu lakwaLevi phakathi nendawo (17)

      • Isigaba sakwa-Efrayimi ngasentshonalanga (18-24)

      • Isigaba sakwaDani ngasenyakatho (25-31)

      • Ingqikithi yabesilisa ababhaliswa (32-34)

  • 3

    • Amadodana ka-Aroni (1-4)

    • AmaLevi akhethelwe ukukhonza (5-39)

    • Ukuhlengwa kwamazibulo (40-51)

  • 4

    • Inkonzo yamaKohati (1-20)

    • Inkonzo yamaGereshoni (21-28)

    • Inkonzo yamaMerari (29-33)

    • Izibalo zabantu ababhalisiwe (34-49)

  • 5

    • Ukuhlaliswa kwabantu abangcolile ngabodwa (1-4)

    • Ukuvuma isono kanye nesinxephezelo (5-10)

    • Ukuhlolwa ngamanzi kosolwa ngokuphinga (11-31)

  • 6

    • Isifungo sobuNaziri (1-21)

    • Ukubusisa kwabapristi abantu (22-27)

  • 7

    • Iminikelo yokuvulwa kwetabernakele (1-89)

  • 8

    • U-Aroni ukhanyisa izibani eziyisikhombisa (1-4)

    • Kuhlanzwa amaLevi, aqale ukukhonza (5-22)

    • Iminyaka yobudala edingekayo yenkonzo yamaLevi (23-26)

  • 9

    • Ilungiselelo lePhasika ngemva kwesikhathi esimisiwe (1-14)

    • Ifu nomlilo phezu kwetabernakele (15-23)

  • 10

    • Amacilongo esiliva (1-10)

    • Ukusuka eSinayi (11-13)

    • Indlela yokuhamba nokusuka kwama-Israyeli (14-28)

    • UHobabi ucelwa ukuba ahole u-Israyeli (29-34)

    • Umthandazo kaMose lapho kusuka ikamu (35, 36)

  • 11

    • Ukukhononda kuletha umlilo ovela kuNkulunkulu (1-3)

    • Abantu bakhalela inyama (4-9)

    • Imizwa kaMose yokungafaneleki (10-15)

    • UJehova unika amadoda amadala angu-70 umoya wakhe (16-25)

    • U-Elidadi noMedadi; uJoshuwa unesikhwele ngoMose (26-30)

    • Kuthunyelwa izagwaca; abantu bajeziselwa ubugovu (31-35)

  • 12

    • UMiriyamu no-Aroni bamelana noMose (1-3)

      • UMose umnene kunabo bonke (3)

    • UJehova ulwela uMose (4-8)

    • UMiriyamu ushaywa ngochoko (9-16)

  • 13

    • Izinhloli ezingu-12 zithunyelwa eKhanani (1-24)

    • Izinceku eziyishumi ziletha umbiko omubi (25-33)

  • 14

    • Abantu bafuna ukubuyela eGibhithe (1-10)

      • Umbiko omuhle kaJoshuwa noKalebi (6-9)

    • UJehova uthukuthele; uMose uyancenga (11-19)

    • Isijeziso: Iminyaka engu-40 ehlane (20-38)

    • U-Israyeli unqotshwa ama-Amaleki (39-45)

  • 15

    • Imithetho ephathelene neminikelo (1-21)

      • Abokuzalwa nezifiki banikwa umthetho ofanayo (15, 16)

    • Iminikelo yezono ezingahlosiwe (22-29)

    • Isijeziso sezono zamabomu (30, 31)

    • Owephula iSabatha uyabulawa (32-36)

    • Izingubo kufanele zibe nezinsephe emiphethweni (37-41)

  • 16

    • Ukuhlubuka kukaKhora, uDathani no-Abhiramu (1-19)

    • Isahlulelo sezihlubuki (20-50)

  • 17

    • Induku ka-Aroni eqhakaza izimbali iwuphawu (1-13)

  • 18

    • Imisebenzi yabapristi namaLevi (1-7)

    • Okunikelelwa abapristi (8-19)

      • Isivumelwano sikasawoti (19)

    • AmaLevi kumele amukele futhi anikele ngokweshumi (20-32)

  • 19

    • Inkomo ebomvu namanzi okuhlanza (1-22)

  • 20

    • UMiriyamu ufela eKadeshi (1)

    • UMose ushaya idwala one (2-13)

    • U-Edomi wenqabela u-Israyeli ukuba adlule (14-21)

    • Ukufa kuka-Aroni (22-29)

  • 21

    • Inkosi yase-Aradi iyanqotshwa (1-3)

    • Inyoka yethusi (4-9)

    • U-Israyeli uzungeza uMowabi (10-20)

    • Inkosi yama-Amori uSihoni iyanqotshwa (21-30)

    • Inkosi yama-Amori u-Ogi iyanqotshwa (31-35)

  • 22

    • UBhalaki uqasha uBhalami (1-21)

    • Imbongolo kaBhalami iyakhuluma (22-41)

  • 23

    • Isaga sokuqala sikaBhalami (1-12)

    • Isaga sesibili sikaBhalami (13-30)

  • 24

    • Isaga sesithathu sikaBhalami (1-11)

    • Isaga sesine sikaBhalami (12-25)

  • 25

    • Isono sika-Israyeli nabesifazane bakwaMowabi (1-5)

    • UFinehasi uthatha isinyathelo (6-18)

  • 26

    • Izizwe zakwa-Israyeli zibalwa okwesibili (1-65)

  • 27

    • Amadodakazi kaZelofehadi (1-11)

    • UJoshuwa uyalwa ukuba angene esikhundleni sikaMose (12-23)

  • 28

    • Izinqubo zeminikelo ehlukahlukene (1-31)

      • Iminikelo yansuku zonke (1-8)

      • YeSabatha (9, 10)

      • Iminikelo yanyanga zonke (11-15)

      • YePhasika (16-25)

      • YoMkhosi Wamasonto (26-31)

  • 29

    • Izinqubo zeminikelo ehlukahlukene (1-40)

      • Usuku lokushaywa kwecilongo (1-6)

      • USuku Lokuhlawulelwa (7-11)

      • UMkhosi Wamadokodo (12-38)

  • 30

    • Izifungo zabesilisa (1, 2)

    • Izifungo zabesifazane namadodakazi (3-16)

  • 31

    • Ukuphindisela kwabakwaMidiyani (1-12)

      • UBhalami uyabulawa (8)

    • Iziqondiso zezinto eziphangwe empini (13-54)

  • 32

    • Izindawo zokuhlala empumalanga yeJordani (1-42)

  • 33

    • Izigaba zohambo lwama-Israyeli ehlane (1-49)

    • Iziyalezo zokunqoba iKhanani (50-56)

  • 34

    • Imingcele yaseKhanani (1-15)

    • Amadoda abelwe ukuhlukanisa izwe (16-29)

  • 35

    • Amadolobha amaLevi (1-8)

    • Amadolobha esiphephelo (9-34)

  • 36

    • Umthetho ophathelene nomshado wezindlalifa zesifazane (1-13)