AmaHubo 70:1-5

  • Isicelo sokusizwa ngokushesha

    • “Ngisize ngokushesha” (5)

Kumqondisi. ElikaDavide, liyisikhumbuzo.* 70  O Nkulunkulu, ngisindise;O Jehova, shesha uzongisiza. +   Kwangathi labo abafuna ukungibulalaBangaba namahloni bahlazeke. Kwangathi abajabula ngenhlekelele yamiBangabaleka behlazekile.   Kwangathi labo abathi: “Uyalayeka! Uyalayeka!” Bangabuyela emuva benamahloni.   Kodwa kwangathi labo abakufunayoBangajabula bathokoze ngawe. + Kwangathi labo abathanda insindiso yakho bangahlale bethi: “Makadunyiswe uNkulunkulu!”   Kodwa mina ngicindezelekile futhi ngimpofu; +O Nkulunkulu, ngisize ngokushesha. + Wena ungumsizi wami nomkhululi wami; +O Jehova, ungalibali. +

Imibhalo yaphansi

Noma, “elokukhumbuza.”