A7-G
Izenzakalo Eziyinhloko Ekuphileni KukaJesu Kwasemhlabeni–Inkonzo KaJesu Yokugcina EJerusalema (INgxenye 1)
ISIKHATHI |
INDAWO |
ISENZAKALO |
MATHEWU |
MARKU |
LUKA |
JOHANE |
---|---|---|---|---|---|---|
33, Nisani 8 |
EBhethaniya |
UJesu ufika kusasele izinsuku eziyisithupha kube iPhasika |
||||
Nisani 9 |
EBhethaniya |
UMariya umthela ngamafutha ezinyaweni |
||||
EBhethaniya-eBhetfage- eJerusalema |
Ungena eJerusalema ngokunqoba, egibele imbongolo |
|||||
Nisani 10 |
EBhethaniya-eJerusalema |
Uqalekisa isihlahla samakhiwane; uphinde ahlanze ithempeli |
||||
EJerusalema |
Abapristi abakhulu nababhali benza icebo lokubulala uJesu |
|||||
UJehova uyakhuluma; uJesu ubikezela ngokufa kwakhe; ukungakholwa kwamaJuda kugcwalisa isiprofetho sika-Isaya |
||||||
Nisani 11 |
EBhethaniya-eJerusalema |
Isifundo ngomkhiwane owabuna |
||||
EJerusalema, ethempelini |
Igunya lakhe libekelwa inselele; umfanekiso wamadodana amabili |
|||||
Imifanekiso: abalimi abangababulali, idili lomshado |
||||||
Uphendula imibuzo ngoNkulunkulu, ngoKhesari, ngovuko, umyalo omkhulu kunayo yonke |
||||||
Uyabuza: uKristu indodana kaDavide yini |
||||||
Omaye kubabhali nakubaFarisi |
||||||
Uqaphela umnikelo womfelokazi |
||||||
ENtabeni Yeminqumo |
Usho isibonakaliso sokuba khona kwakhe |
|||||
Imifanekiso: izintombi eziyishumi, amathalenta, izimvu nezimbuzi |
||||||
Nisani 12 |
EJerusalema |
Abaholi bamaJuda baceba ukumbulala |
||||
UJuda uhlela ukumkhaphela |
||||||
Nisani 13 (ULwesine ntambama) |
EJerusalema noma eduze nalo |
Ulungiselela iPhasika lokugcina |
||||
Nisani 14 |
EJerusalema |
Udla iPhasika nabaphostoli |
||||
Ugeza izinyawo zabaphostoli |