Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INQABAYOKULINDA No. 3 2017 | Abagibeli Bamahhashi Abane—Basho Ukuthini Kuwe?

UCABANGANI?

Indaba yabagibeli bamahhashi abane iphakathi kwezindaba ezaziwa kakhulu encwadini yesAmbulo. Abanye iyabethusa. Abanye ibenza bafune ukwazi okwengeziwe. Phawula ukuthi iBhayibheli lithini mayelana neziprofetho ezifana nalesi:

“Uyajabula lowo ofunda ngokuzwakalayo nalabo abezwa amazwi alesi siprofetho.”IsAmbulo 1:3.

Le Nqabayokulinda ichaza ukuthi yiziphi izindaba ezinhle laba bagibeli bamahhashi abane abasiphathele zona.

 

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Abagibeli Bamahhashi Abane Bakuthinta Kanjani

Amahhashi amane—elimhlophe, elibomvu, elimnyama neliphaphathekile. Ukugabavula kwawo kuphakathi kwezindaba ezaziwa kakhulu encwadini yesAmbulo.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Abagibeli Bamahhashi Abane—Bangobani?

Bona izindlela zokuqonda lo mbono.

Obunye Ubufakazi

Mhlawumbe awumazi uThathenayi kodwa okutholwe abacwaningi ngaye kuqokomisa iphuzu elibalulekile.

IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA

Ngangiyithanda Ngenhliziyo Yami Yonke!

USamuel Hamilton wayeyithanda kakhulu i-baseball kodwa iBhayibheli lakushintsha ukuphila kwakhe.

LINGISA UKHOLO LWABO

“Ungowesifazane Omuhle”

EGibhithe, izinceku zikaFaro zaqaphela isimomondiya esinguSara. Okwabe sekwenzeka kungakumangaza.

Lithini IBhayibheli?

Ingabe uNkulunkulu uyabandlulula? Ingabe kunezinhlanga ezithile uNkulunkulu azibusisa ezinye waziqalekisa?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Incwadi YesAmbulo​—Isho Ukuthini?

Le ncwadi ngokwayo ithi labo abayifundayo, bayiqonde futhi basebenzise umyalezo wayo bayojabula.