Okuphathelene Nabangane
Ingxenye 3
Okuphathelene Nabangane
Kubaluleke kangakanani kuwe ukuba nabangane?
□ Akubalulekile
□ Kubalulekile nje ngandlela-thile
□ Kubaluleke kakhulu
Ukuthola kulula yini ukwakha abangane?
□ Yebo
□ Cha
Unaye umngane osondelene naye kakhulu?
□ Yebo
□ Char
Iyiphi imfanelo ongathanda kakhulu ukuba umngane abe nayo? ․․․․․
IBhayibheli lithi “umngane weqiniso ubonisa uthando ngaso sonke isikhathi, futhi ungumfowabo womuntu ozalelwe isikhathi sosizi.” (IzAga 17:17) Nalo-ke uhlobo lomngane oludingayo wena! Kepha kungaba lukhuni ukwakha abangane, ukubagcina kona kungaba nzima nakakhulu. Ungalwakha futhi ululondoloze kanjani uhlobo oluhle kakhulu lwabangane? Cabanga ngamacebiso asezahlukweni 9-12.
[Isithombe esigcwele ikhasi ekhasini 84, 85]