ESouth Korea
OFakazi BakaJehova ESouth Korea
-
OFakazi BakaJehova—106 036
-
Amabandla—1 245
-
Ababekhona eSikhumbuzweni sokufa kukaKristu—137 662
-
Inani labantu okufanele lifinyelelwe uFakazi KaJehova ngamunye—484
-
Inani labantu—51 285 000
-
OFakazi Ababoshelwe Ukholo Lwabo—1
Ukubhekelela Labo Abangakwazi Ukusebenza Kwezempi Ngenxa Yezizathu Zikanembeza: Isinqumo SeNkantolo YoMthetho-sisekelo YaseNingizimu Korea Esekunesikhathi Silindiwe
INkantolo YoMthetho-sisekelo iyale uhulumeni waseNingizimu Korea ukuba ushintshe uMthetho Wezempi ungakapheli u-2019 ukuze ufake uhlu lwemisebenzi engenziwa yilabo abenqaba ukusebenza kwezempi.
OFakazi BakaJehova Bakhangisa Ngezincwadi ZeBhayibheli Kuma-Olympics Nakuma-Paralympics Ka-2018
Ngesikhathi kunemidlalo yasebusika, oFakazi BakaJehova eKorea baba nomkhankaso okhethekile wokunikeza izihambeli zakwamanye amazwe izincwadi ezifundisa ngeBhayibheli mahhala
Ingabe Amajaji ENingizimu Korea Akulungele Ukwamukela Imithetho Yomhlaba Wonke Yokwenqaba Ubusosha Ngenxa Kanembeza?
INkantolo Yomthetho-sisekelo izophinde ihlole ukwenqaba kweNingizimu Korea ukuqaphela ilungelo lokwenqaba ubusosha ngenxa kanembeza. Umhlaba wonke usilindele ngokulangazela isinqumo.
INingizimu Korea Inecala Lokubopha Ngokungafanele Abenqaba Ngenxa Kanembeza Ukuya Ebusosheni
Unyaka nonyaka, iziphathimandla zibopha amakhulu oFakazi abasebasha abenqaba ubusosha ngenxa kanembeza. Kungokwesihlanu iKomiti Yamalungelo Abantu YeZizwe Ezihlangene ithi iNingizimu Korea ayinasisekelo sokwenza kanjalo.
Eziphathelene Nomhlangano Wezizwe: OFakazi Bakhulula IBhayibheli Enkundleni Okwakudlalelwa Kuyo Indebe Yomhlaba ESeoul
OFakazi BakaJehova bakhulula INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele ngolimi lwesiKorea eMhlanganweni Wezizwe owawunesihloko esithi “Qhubekani Nifuna Kuqala UMbuso KaNkulunkulu!”
Amajaji Ahlushwa Unembeza Lapho Kudingeka Anqume Ngokumelene Nonembeza Babanye
Amajaji aseNingizimu Korea akhathazwa isinqumo esiwujuqu esingenabulungisa sokumangalela nokuboshwa kwabantu abenqaba ukuya empini ngenxa kanembeza kunokuhlonipha amalungelo abo.
Inhlolo-vo YeGallup Ibonisa Ushintsho Embonweni Wokwenqaba Ukuya Empini Ngenxa Kanembeza ENingizimu Korea
Inani elandayo labantu baseNingizimu Korea manje selibona kungcono ukuba labo abenqaba ngenxa kanembeza ukuya empini benziswe inkonzo ehlukile.
INingizimu Korea Ihlukanisa Abenqaba Ukuya Empini Ngenxa Kanembeza Nezeqamthetho
INingizimu Korea ithambise isigwebo soFakazi BakaJehova abaningi ababoshelwe ukwenqaba ukuya empini ngenxa kanembeza.
Izizwe Zomhlaba Zimelana Nokungabi Nabulungisa ENingizimu Korea
Incwajana entsha, enyatheliswe oFakazi BakaJehova, iveza ukufaka ejele okungenabulungisa kwamakhulu alabo abenqaba ukuya empini ngenxa kanembeza.